Isexwayiso ngemvula enamandla eKZN | Isambane News

Isexwayiso ngemvula enamandla eKZN  |  Isambane News

uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal  usuxwayise abantu abahlala ezindaweni eziseduze nemifula ukuthi basuke baye ezindaweni eziphephile njengoba izulu liqhubeka nokuyidliva kulesifundazwe kulandela ukuhlasela kwemvula enamandla eshiye kukhalwa ezindaweni eziningi KwaZulu-Natal izolo uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal uphinde waxwayisa abantu ukuthi bengalokothi beqe imifula egcwele ngezinyawo kanye nangezimoto njengoba kulindeleke ukuba imvula iqhubeke nokuyiliva kulesisifundazwe. uNgqongqoshe womnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal osabambile uNkk Peggy Nkonyeni uthe abantu abahlale ngaphakathi ezindlini, bagweme ukuba semigwaqeni kanye nokuwela imifula egcwele. “Uma kwenzeka uvaleleka emotweni ngamanzi anyukayo, yishiye ngokushesha bese ufuna indawo…

Read More

Police recover vehicle with Telkom Knockout replica trophy | Isambane News

Police recover vehicle with Telkom Knockout replica trophy  |  Isambane News

DURBAN – It is alleged that this morning at 04:00, unknown men held up security guards at a bed and breakfast on Goble Road and stole a Toyota Quantum. Police were immediately alerted and the Provincial Vehicle Task Team as well as tracking company responded swiftly to the report of robbery. The police officers gave chase and the vehicle was found abandoned at D Section in Lindelani. When police found the vehicle they discovered a Telkom Knockout Trophy and 49 tickets to Saturdays final inside the vehicle. Officials at Telkom…

Read More

Kuzokhishwa imali engu R40 million wamarandi ukuphucula nokuqinisa ezokuphepha kuleli | Isambane News

Kuzokhishwa imali engu R40 million wamarandi ukuphucula nokuqinisa ezokuphepha kuleli |  Isambane News

Ungqongqoshe wezokuvakasha kuleli uMmamoloko Kubayi-Ngubane usememezele ukuthi kuzokhishwa imali engu R40 million wamaRandi ngenhloso yokuphucula nokuqinisa ezokuphepha ikakhulukazi kubantu abazovakashela iNingizimu Afrika. Lezizigigidi zamaRandi ziphuma kwaTourism Marketing South Africa (TOMSA) ebhekelele ezokuvakasha kuleli. uKubayi Ngubane ekhuluma nabezindaba uthe udaba lezokuphepha luba nomthelela omubi kuzimakethe zezwe lakuleli yingakho bezoqinisa ezokuphepha kuleli. Amacebo ezokuvakasha uma kuziwa kwezokuphepha enzelwe ukuqinisekisa ukuphepha kubavakashi. uKubayi uthi ukholelwa ukuthi umphakathi uzobona ukubaluleka kwemizomo kahulumeni namacebo nemizamo eyenziwayo kulesikhathi samaholide Isithpmbe: https://www.gov.za/about-government/contact-directory/mmamoloko-kubayi-ms

Read More

Itholakele indebe yeTelkom Knockout ebintshontshiwe eThekwini | Isambane News

Itholakele indebe yeTelkom Knockout ebintshontshiwe eThekwini  |  Isambane News

Itholakele indebe yeTelkom Knockout namathikithi awu-45 omdlalo wamanqamu weTelkom Knockout namhlanje. Lendebe itholakale itholakale kwitekisi kwa-D eLindelani,eThekwini namhlanje ekuseni ilibangise eMoses Mabhida Stadium. Lelitekisi litholakale lipakile njengoba amaphoyisa exwayiswe ngalo amalunga omphakathi. Lendebe ibingeyokukhangisa umncintiswano weTelkom Knockout. Udaba luyaqhubeka. Izithombe: Zithunyelwe

Read More