Angilesabi iJele: Zuma | Isambane News

Angilesabi iJele: Zuma  |  Isambane News

Owayengumengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma uthi akalesabi iJele. UZuma usho lokhu namhlanje ngenkathi ekhuluma nabalandeli bakhe abebemhlangabeze esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International Airport,eGoli ukuzomeseka njengoba ebebuya eCuba,phesheya kwezilwande lapho ebeyothola khona ukwelashwa ngokwempilo. UZuma usho konke lokhu kulandela ukuphuma kwengcwadi ebikhishwe inkantolo ephakeme yaseMgungundlovu lulenyanga ethi kumele aboshwe njengoba ehlulekile ukuvela enkantolo. Abalandeli bakhe bathi bazoqhubeka nokumeseka uZuma kumnyama kubomvu. Isithombe sicashunwe ku: ewn

Read More