Abafundi base Wits bathi bazoqhubeka nokubhikisha

Isambane News 14657404_1813467495538166_7557895257481939741_n-225x300 Abafundi base Wits bathi bazoqhubeka nokubhikisha  Isambane

Abafundi benyuvesi yase Wits seziqalile umbhikisho wabo we feesmustfall labafundi bayafunga bayagomela bathi ngeke nje inyuvesi ivulwe.
Ezokuphepha ziqinisiwe enyuvesi yaseWits njengalokhu kulindeleke ukuthi kuqale ukufunda kulenyuvesi.
Abafundi basabise ngokuthi uma inyuvesi iqhubeka nokusebenza bazokuzokubona okwakhweza ikati emthini uma kunguthi ukufunda kuyaqhubeka.
Unobhala jikelele we SRC enyuvesi uFassiha Hassan uthi isimo esikhona enyuvesi njengamanje asikufanele ukuthi kuqhutshekwe nokufundwa.
uHassan uthi umkhandlu wenyuvesi bekufanele uxhumane nabafundi kuqala ngaphambi kokuthi kuthahwe lesisinqumo

Related posts

Leave a Comment