Abakwa South African Revenue Services u SARS ngamafuphi bathi bathole u6million wokubuyiselwa kwentela ngesikhathi sokuqoqwa kwentela.
Laba abangakabuyisi intela bayanxuswa ukuthi benzenjalo ukuze bagweme ukuhlawuliswa.
Abakwa SARS bathi bakhokhe u R15.5 billion wamarandi wokubuyiswa kwentela waphinde wakhipha nezinhlawulo kulaba abeqisa ukubuyiswa kwentela elinganiselwa ku 1.64 billion wamarandi.
Iiskhulumi sakwa SARS uSandile Memela uthi umthetho uthi izinhlawulo zinikekezelwa noma ubani ongabuyisi ama tax returns ngesikhathi