Abe Democratic Nursing Organization of South Africa I Denosa bathi I Ningizimu Afrika isingenele kwesinye isigaba sokulwisana negciwane lengculaza.
I World Health Organization ize nomthetho wokuthi abantu komele baqale ukudla imishanguzo emva kokuthi umuntu ethole ukuthi usenegciwane kungakhalekile ukuthi I CD4Count ithini.
I Denosa ithi kuyancomeka okwenziwe e Ningizimu Afrika kodwa bakholelwa ukuthi kofanele kwenziwe ngokuphelele ukuze kuzophuma iniphumela okuyiyona.
I Denosa it hi lokhu kuzoba inkinga njengalokhu abahlengikazi banganele kahle kanti futhi lokho kuzodala ukuthi abantu abaningi bengayidli kahle imishanguzo yabo.