Akasekho emhlabeni owayedlalela amaBhokobhoko | Isambane News

Isambane News Chester-Williams-A-190906G1050-300x166 Akasekho emhlabeni owayedlalela amaBhokobhoko   |   Isambane News  Isambane

Akasekho emhlabeni owayengumdlali wamaBhokobhoko uChester Williams (49).

UWilliams ushonele esibhedlela i-Panorama Hospital endaweni yase Bellville ngemuva kokumelwa inhliziyo izolo ebusuku.

UMengameli wakuleli uMnuz Cyril Ramaphosa usedlulise amazwi endududuzo emndenini ngokudlula emhlabeni kuka Williams.

Isithombe: www.supersport.com

Related posts

Leave a Comment