Akasekho emhlabeni umculi wokholo uNeyi Zimu | Isambane News

Isambane News artists_neyi-zimu-1-300x225 Akasekho emhlabeni umculi wokholo uNeyi Zimu  |  Isambane News  Isambane

UMnzansi Afrika usuphinde wagqemeka engaqiwa ntwala endimeni yezomculo njengoba sekudlule emhlabeni omunye umculi wokholo uNeyi Zimu obephinde abe ngumfundisi.

uZimu udlule emhlabeni ngoLwesithathu esibhedlela iChris Hani Baragwanath,Soweto ngemuva kokuxinwa yifiso somdlavuza wesikhumba.

Osaziwayo nabalandeli baka Neyi Zimu sebedlulise imiyalezo yenduduzo ezinkundleni  yokuxhumana bezwakalisa ukudabuka kwabo ngokudlula emhlabeni kwalo mculi wokholo.

Imininingwane  yomngcwabo iyalandela.



Related posts

Leave a Comment