Akwaziwa ukuthi iyozala nkomoni ngeye PSL | Isambane News

Isambane News Wf3em1qH_400x400-300x300 Akwaziwa ukuthi iyozala nkomoni ngeye PSL | Isambane News  Isambane

Udaba Ngu: Njabulo Shezi

Akukazeki noma isazoqhubeka yini iLigi yebhola yalapha eNingizimu Afrika iPremier Soccer League noma izosale isisongwa ngenxa yobhubhane lweCOVID-19.

Uma kungathiwa iyagoqwa isizini esikuyo lokho kuzosho ukuthi indebe kuzofanele inikezwe abahleli esicongweni seLog okuyiKaizer Chiefs.

Sesike sabona kwenziwa kwiLeague yeCricket ivalwa kwasekuthi iDolphins okuyiyona eqhwakele yethiwa njengompetha,kanti futhi nakuPremier League yaseNgilandi nakhona kusikazwa kona ukuthi isizini isale isigoqwa lokho okuyosho ukuthi iLiverpool ingompetha beEPL.

Isithombe: TwitterOfficial PSL (@OfficialPSL) | Twitter

Related posts

Leave a Comment