Amabhakabhaka nomqemqeshi omusha | Isambane News

Isambane News 78625429_447349459531603_5199345133450952704_o-300x200 Amabhakabhaka nomqemqeshi omusha     |   Isambane News  Isambane

Udaba ngu: Njabulo Shezi

Isivuke ngomqeqeshi omusha i-Orlando Pirates yase Soweto eteketiswa ngokuthi ezikaMagebhula, lomqeqeshi igama lakhe nguJosef Zinnbauer odabuka eGermany obeqeqesha I FC St. Gallen yase Switzerland.

UZinnbauer ulandwa ezimnyama ngemuva kokuba izinto zingahambi kahle kuMagebhula selokhu yalaxazwa nguMicho nokwaholela ekutheni kungene uRhulani ezicathulweni zakhe kodwa izinto zaqhubeka nokungabi zinhle.

Isithombe sicashunwe ku internet

Related posts

Leave a Comment