Amaphoyisa aKwa-Zulu Natal asenxuse uMphakathi ukuthi uqaphele uma ukhipha imali kuma ATM

Isambane News black-box-atm-attacks-emerging-threat-showcase_image-5-a-9056-300x181 Amaphoyisa aKwa-Zulu Natal asenxuse uMphakathi ukuthi uqaphele uma ukhipha imali kuma ATM  Isambane

SAMUKELISIWE HADEBE –

Sekuphinde kwanda izigameko zokubanjwa kwenkunzi kulemishini kanye nokuthi kuntshontshwe amakhadi asemaBhange.

Okhulumela amaphoyisa esifundazweni uThembeka Mbhele uthe yize lomkhuba wenzeka ezindaweni eziningi ezahlukene kodwa udlalubi eHawick nama phethelo.

uMbhele usenxuse abantu ukuba baqaphele ngemali yabo namakhadi asemaBhange.

Uqhube wathi kune Fraud Scam kanti nama cala amubalwa abikiwe
la kutholakala ukuthi amaVictims aqolwa yizi gilamkhuba ngesikhathi bedonsa imali kuma ATM babaphazamise uma bebuza ukuthi ngabe yini inkinga bese beshintsha ikhadi emvakwalokho bayekwenye i-ATM bafike bakhiphe imali yabantu, bese uthola imali isidonsiwe.

Related posts

Leave a Comment