Amaphoyisa aseqale uphenyo mayelana nokushiswa kwamabhilidi amabili eUKZN.

Isambane News ukzn-300x174 Amaphoyisa aseqale uphenyo mayelana nokushiswa kwamabhilidi amabili eUKZN.  Isambane

Amaphoyisa aseqale uphenyo mayelana nokushiswa kwamabhilidi amabili eUKZN esigungweni se Howard College eThekwini.

Lomlilo ucekele phansi ingxenye yebhilidi elisetshenziswa njengomtholampilo obhekele eze HIV/AIDS kanye nelinye.

Abafundi basaqhubeka nombhikisho wabo we fees must fall.

Related posts

Leave a Comment