Angilesabi iJele: Zuma | Isambane News

Isambane News cypouq9s8j9rfynofxfe-300x187 Angilesabi iJele: Zuma  |  Isambane News  Isambane

Owayengumengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma uthi akalesabi iJele.

UZuma usho lokhu namhlanje ngenkathi ekhuluma nabalandeli bakhe abebemhlangabeze esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International Airport,eGoli ukuzomeseka njengoba ebebuya eCuba,phesheya kwezilwande lapho ebeyothola khona ukwelashwa ngokwempilo.

UZuma usho konke lokhu kulandela ukuphuma kwengcwadi ebikhishwe inkantolo ephakeme yaseMgungundlovu lulenyanga ethi kumele aboshwe njengoba ehlulekile ukuvela enkantolo.

Abalandeli bakhe bathi bazoqhubeka nokumeseka uZuma kumnyama kubomvu.

Isithombe sicashunwe ku: ewn

Related posts

Leave a Comment