Inkabi idalule uKelly Khumalo kwelokubulawa kukaSenzo Meyiwa | Isambane News

Inkabi idalule uKelly Khumalo kwelokubulawa kukaSenzo Meyiwa | Isambane News

Udaba Ngu: Njabulo Shezi Oziveze njengenkabi esolakala ngokusoconga uSenzo Meyiwa owayengunozinti we-Orlando Pirates neBafana Bafana owabulawa ngokutshulwa ngo2014,udalule ukuthi wayeqashwe yisihlabani somculo kuleli uKelly Khumalo ongumama wengane kaSenzo nowayethandana naye ukuthi ayosoconga lesisihlabani sikanobhujuzwayo ngokuthenjiswa isamba esithize semali, Nokungakacaci nokho ukuthi kungabe kwakuyini imbangela eyayingaholela ekuthenini kwakhiwe itulo lokusoconga uMeyiwa nowayeyithemba leNingizimu Afrika ngaleso sikhathi njengoba uzokhumbula ukuthi owayengikaputeni ngaleso sikhathi(2014) u-Itumeleng Khune wayelimele zonke intambo zihleli kuMeyiwa, Mumva nje kusanda kuputshuka ngemithombo yabezindaba ukuthi uKelly nodadewabo uZandie kabasabhekani nhlobo njengoba uzokhumbula ukuthi naye (uZandie) wayekhona endaweni yesigameko sokudlula emhlabeni…

Read More

Sesingaphezu kuka 500 000 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News

Sesingaphezu kuka 500 000 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News

Siphinde senyuka isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona Virus (COVID-19) kuleli. Lesibalo senyuke safinyelela ku 511 485 ngabantu abangu 8 195 uma kuqhathaniswa nesibalo sangokwedlule. Lezi zibalo ziqinisekiswe uNgqongoqshe weZempilo kuleli uDkt Zweli Mkhize namuhla. Isifundazwe saseGauteng yisona esihamba phambili ngabantu abahaqwe yigciwane leCovid-19 ngabangu 87 033. Inani labantu asebedlule emhlabeni ngaso lesisifo simi ku-8 366 kuleli,kanti abantu abasindile bangu 347 227.

Read More

The Minister of Employment and Labour,Thulas Nxesi has tested positive for Covid-19 | Isambane News

The Minister of Employment and Labour,Thulas Nxesi has tested positive for Covid-19 | Isambane News

The Minister of Employment and Labour, Thembelani Thulas Nxesi (MP) has tested positive for Covid-19 The Minister received his results today. This was the Minister’s 4th round of tests to be conducted since the outbreak of the virus, and the first to return positive. Minister Nxesi is in self-isolation and will continue to work from home. “All members of the office of the Minister, who have come in contact with him will also undergo testing,” says Minister in the Presidency Jackson Mthembu. “The Minister remains in high spirits and confident…

Read More

Coronavirus Update: Shooting of a Lion in Dundee | Isambane News

Coronavirus Update: Shooting of a Lion in Dundee | Isambane News

Media alert and statement by the MEC for Economic Development, Tourism and Environmental Affairs Nomusa Dube-Ncube 17 May 2020 Durban: This morning, I received a report from our entity Ezemvelo Wildlife that a Lion was killed by a farmer in Dundee near Nquthu. Although, I am still awaiting a full report, I can confirm that this Lion has been terrorising the community and killing the livestock since February this year. The search for this animal has been ongoing for months and killing it has been the last option. Rural communities…

Read More

COVID-19: President Ramaphosa to address the nation at 20h00 today

COVID-19: President Ramaphosa to address the nation at 20h00 today

President Cyril Ramaphosa will today, 9 April 2020 address the nation on the continuing efforts to contain the spread of the coronavirus. The President’s address follows a meeting of the National Coronavirus Command Council held yesterday, 8 April 2020 and consultations that the President would have held during the course of the day with various social partners during the course of the day. The President’s address will be televised on SABC TV’s & Radio stations.

Read More

Akasekho emhlabeni umculi wokholo uNeyi Zimu | Isambane News

Akasekho emhlabeni umculi wokholo uNeyi Zimu  |  Isambane News

UMnzansi Afrika usuphinde wagqemeka engaqiwa ntwala endimeni yezomculo njengoba sekudlule emhlabeni omunye umculi wokholo uNeyi Zimu obephinde abe ngumfundisi. uZimu udlule emhlabeni ngoLwesithathu esibhedlela iChris Hani Baragwanath,Soweto ngemuva kokuxinwa yifiso somdlavuza wesikhumba. Osaziwayo nabalandeli baka Neyi Zimu sebedlulise imiyalezo yenduduzo ezinkundleni  yokuxhumana bezwakalisa ukudabuka kwabo ngokudlula emhlabeni kwalo mculi wokholo. Imininingwane  yomngcwabo iyalandela.

Read More

Uhulumeni wakuleli ugxeka udlame olubhekiswe kwabokufika | Isambane News

Uhulumeni wakuleli ugxeka udlame olubhekiswe kwabokufika  |  Isambane News

Udaba ngu: Siyabonga Mthethwa Uhulumeni waseNingizimu Afrika ugxeka udlame oluqubukile, lubhekiswe kubantu bokufika,eSoweto, eGoli. Kamuva nje, sekube nezigameko ezingamukelekile, zokuhlaselwa kwezitolo zabokufika,kuthathwe impahla ezitolo ngoba bethi abahambe babuyele emazweni abo. Esitatimendeni esikhishwe ezinkundleni zokuxhumana nguGeneral Phumla Williams woPhiko Lukahulumeni Lwezokuxhumana Nokuhlinzeka Ngolwazi (GCIS) kulandela izigameko zokuhlaselwa kwabokufika ezindaweni ezehlukene eSoweto uthe “abantu kufanele balandele umthetho bangathathi umthetho ezandleni zabo ngoba ukuhlasela abantu bokufika,bashiselwe izitolo bathathelwe nempahla lokho kuyizenzo zokububengu,njengoHulumeni ngeke bakuvumele lokho”,kubika uWilliams. Amaphoyisa asabalele kuyo yonke imigwaqo maphakathi neSoweto ukugwema lesenzo sokuhlaselwa kwabokufika kuleli. Thola isitatimende esiphelele esikhishwe uhulumeni…

Read More

Ahoxisiwe amacala abekwe uMahlaba | Isambane News

Ahoxisiwe amacala abekwe uMahlaba  |  Isambane News

Udaba: Ithatheli yeSambane Asehoxisiwe amacala abekwe iMeya yaseNewcastle uDKT Ntuthuko Mahlaba ngenxa yokungabibikho kobufakazi obanele ngalelicala, ngokubika kwephephandaba i-https://www.iol.co.za/news. UMahlaba ubevele enkantolo yeMantshi eMadadeni namhlanje ekuseni ,lapho kubesekuhoxiswa kwamacala abhekene nawo. UMahlaba ubebhekene necala lokubulawa kukaMnuz Wandile Ngubeni owayengunobhala we-ANCYL esiFundeni iMalahleni,esigamekweni esenzeka ngo-2016 bebuya ukuyokhankasela iqembu eMadadeni kwase kulimala kabi uMnuz Mafika Ndebele weYoung Communist League. UMahlaba waphinde wamataniseka ecaleni lokubulawa kuka Mnuz Martin Nkosenhle Sithole obengufakazi kulelicala, kuthiwa wayecisha ubufakazi. UMnuz Martin Nkosenhle Sithole noMnuz Buthanani Golden Shange badutshulwa babulawa ngo-May kulonyaka behleli phambi kwesitolo sikaSithole edolobheni eNewcastle,…

Read More