#COVID-19: Senyuke safinyelela ku 19 137 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News

Isambane News covid-19-1-300x159 #COVID-19: Senyuke safinyelela ku 19 137 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News  Isambane

Siphinde senyuka isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona Virus (COVID-19) kuleli.

Lesibalo senyuke safinyelela ku 19 137 ngabantu abangu 1 134 uma kuqhathaniswa nesibalo sangokwedlule.

Lezi zibalo ziqinisekiswe uNgqongoqshe weZempilo kuleli uDkt Zweli Mkhize izolo.

Isifundazwe saseWestern Cape yisona esihamba phambili ngabantu abahaqwe yigciwane leCovid-19 ngabangu 11 262.Inani labantu asebedlule emhlabeni ngaso lesisifo simi ku-369 kuleli.

Dr Zweli Mkhize@DrZweliMkhize

As of today the total number of confirmed #COVID19 cases is 19137 and the total number of deaths is 369.

Isambane News EYi1-iRWAAE_slY?format=jpg&name=360x360 #COVID-19: Senyuke safinyelela ku 19 137 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News  Isambane
Isambane News EYi1-iWXYAINnHF?format=jpg&name=360x360 #COVID-19: Senyuke safinyelela ku 19 137 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News  Isambane

1,9713:21 PM – May 21, 2020Twitter Ads info and privacy1,957 people are talking about this

Related posts

Leave a Comment