Edward Zuma oyindodana walowo owayenguMengameli uJacob Zuma useyalelwe ukuba akhokhe uR16 000.

Isambane News 0abbf041b5b4483fbc107c482fe665c2-243x300 Edward Zuma oyindodana walowo owayenguMengameli uJacob Zuma useyalelwe ukuba akhokhe uR16 000.  Isambane

Isambane News Edward-Zuma-Jacob Edward Zuma oyindodana walowo owayenguMengameli uJacob Zuma useyalelwe ukuba akhokhe uR16 000.  Isambane

SAMUKELISIWE HADEBE – U-Edward useyalelwe yinkantolo yezokulingana eThekwini ukuba ahlawule uR16 000 wamarandi ngokuthuka ahlambalaze oNgqongqoshe.

uEdward ubevele izolo eNkantolo kulandela ukuhlambalaza kwakhe uNgqongqoshe uPravin Gordan kanye no Derick Hennekon njengoba ababiza ngabayayisi nezichuse zonxiwankulu.

Inkantolo isiyalele uEdward ukuba axolise esidlangalaleni kulabo Ngqongqoshe bobabili aphinde ahlawule ngemali engu R60 000 ozonikezwa izikole ezimbili eziyidingayo eThekwini.

uEdward usamukele lesinqumo seNkantolo wavuma noku xolisa zingakapheli izinsuku ezingu 7.

Related posts

Leave a Comment