I TERMINATOR NGEKE LIVULE CALA

Isambane News 51919-arnold-schwarzenegger-main-300x199 I TERMINATOR NGEKE LIVULE CALA  Isambane

Udaba ngu: Njabulo Shezi

Umlingisi waseMelika owaduma kakhulu ngeMovie esihloko sithi “Terminator” u- Arnold Schwarzenegger uthi alikho icala azolivulela umlisa omhlasele wamhlaba ngonyawo emhlane, Kwi Vidiyo emfushane kubonakale umlisa mumbe ehlaba ngejubane eqonde Ku Arnold wafike wamkhahlela ngonyawo emhlane ngaphambi kokuba abhozonyelwe ngonogada abahlale kuyena ithontolo, Kwenzeke konke lokhu ngesikhathi u Schwarzenegger kade ehambele i- Anorld Classic Africa obekungeyesine ebiyenzelwe eJohannesburg ngesonto.

Related posts

Leave a Comment