Lesi isinyathelo
esikhulu sezezimali kuleli.
Isinyathelo sibhekelele ekutheni kuhlomule
abafundi basezikoleni ekumabanga aphezulu
kanye nezitshudeni zasenyuvesi.
Lomncintiswano uzohlinzeka abafundi
nezitshudeni ngethuba lokufunda kabanzi
ngohlelo lokutshala izimali besebenzisa
nabakwa JSE kumashezi abo.
Lomcintiswano waminyaka yonke unyaka
wamashumi amane nantathu uqhubeka futhi
uyakhula minyaka.
Ovela kwa JSE uRalph Speirs uthi iJSE
bayazibophezela ekufundiseni intsha
ngokutshalwa kwezimali bexhumana
nomnyango wezemfundo ukuthi kube
nesifundo sezokutshalwa kwezimali
ezikoleni
iJohannesburg stock exchange isimemezele laba abahlomulile kumncintiswano wokutshalwa kwezimali

kwaze kwanzima