INJABULO KUBUYISWA USHABBA KWIBAFANA BAFANA

Isambane News siphiwe-tshabalala-scores-against-mexico-in-2010_o46fcmtjjfq21jnwp0iy8qs3i.jpg-300x169 INJABULO KUBUYISWA USHABBA KWIBAFANA BAFANA  Isambane

Andile Mthembu –
Umqeqeshi weqembu lesizwe iBafana Bafana uStuart Baxter usememezele iqembu azogadla ngalo uma iBafana Bafana isidlala umdlalo wokuhlungela indebe yomhlaba neqembu leSenegal okuwumdlalo ozodlalwa ngenyanga ezayo.

Esikwatini esibizwe uBaxter izolo sijabulise abalandeli abaningi bebhola lezinyawo njengoba lomqeqeshi ebuyise uSimphiwe Tshabalala ogijimela iqembu le Kailzer Chiefs obesekuphele iminyaka emithathu engabizwa Isambane News siphiwe-tshabalala-scores-against-mexico-in-2010_o46fcmtjjfq21jnwp0iy8qs3i.jpg INJABULO KUBUYISWA USHABBA KWIBAFANA BAFANA  Isambaneeqenjini lesizwe.iBafana Bafana izoza kumdlalo weSenegal ihambela phezulu njengoba isanda kubukisa ngeqembu leBurkina Faso iyishaya ngo 3-1kumdlalo wokuhlungela indebe yomhlaba ezoba seRussia ngo2018.

Selilonke iqembu elibizwe uStuart Baxter izolo emini limi kanje;
Onozinti:
Itumeleng Khune
Wayne Sandilands
Ronwen Williams

Abadlali basemuva:
Thamsanqa Mkhize
Clayton Daniels
Eric Mathoho
Motjeka Madisha
Morgan Gould
Thulani Hlatshwayo (c)
Tebogo Langerman
Sifiso Hlanti

Abadlali baseswini:
Hlompho Kekana
Dean Furman
Keagan Dolly
Andile Jali
Kamohelo Mokotjo
Sibusiso Vilakazi
Themba Zwane
Bongani Zungu
Thulani Serero
Phakamani Mahlambi
Lebogang Manyama
Siphiwe Tshabalala

Abagadli:
Percy Tau
Bradley Grobler
Dino Ndlovu

Related posts

Leave a Comment