Inyunyane iNUM isabise ngokuthi izoba nesiteleka ku Eskom

Isambane News 17554039_1891785407706374_766162525814538492_n Inyunyane iNUM isabise ngokuthi izoba nesiteleka ku Eskom  Isambane

iNational Union of Mineworkers iNUM ngamafuphi ithi miningi imisebenzi ezophela uma uhulumeni esayinda inkontileka entsha nabezokumbiwa phansi.
Inyunyane iNUM isabise ngokuthi izoba nesiteleka ku Eskom.
Inyunyane ithi ukuvalwa kweziteshi ezinhlanu zamalahle kuzoholela ekutheni izinkulungwane zabantu zilahlekelwe imisebenzi.
Amalahle asetshenziswa ukukhiqiza ugesi.
Inyunyane iNUM ikhala ngokuthi ukulahleka kwemisebenzi kuleli kuyinkinga enkulu.

Related posts

Leave a Comment