Izimvula ezisabalalisa amanzi ezweni ziza kancane nokyinto edala ukuthi izindawo ezigcina amanzi ziye ngokuya ziphelelwe amanzi.
Iqembu lithi mining imiphakathi esibhekane nengwadla yokuswelakala kwamanzi ngesikhathi lapho khona bekunenhlansi yelanga.
Yize idolobha laseGoli lingeke labekwa icala ngokushoda kwamanzi bakholelwa ukuthi idolobha bekufanele kliobe namathangi asiwa emphakathini okwesikhashana ukuze kuzosizakala imiphakathi ethintekile.
iANC isiphakamise ukuthi kusungulwe ezinye izindlela zokugcina amanzi,ukusetshenziswa kwamazni asebenzile,kusetshenziswe ama borehole ethulwa kulonyaka
Iqembu seliphinde lanxusa nemiphakathi engakaphelelwa amanzi ukuthi bonge amanzi bayeke ukunisela izingadi nokuwasha izimoto besenzisa ama hose pipes