Itholakele indebe yeTelkom Knockout ebintshontshiwe eThekwini | Isambane News

Isambane News 78823555_2780139972007947_1310828734613291008_o-225x300 Itholakele indebe yeTelkom Knockout ebintshontshiwe eThekwini  |  Isambane News  Isambane

Itholakele indebe yeTelkom Knockout namathikithi awu-45 omdlalo wamanqamu weTelkom Knockout namhlanje.

Lendebe itholakale itholakale kwitekisi kwa-D eLindelani,eThekwini namhlanje ekuseni ilibangise eMoses Mabhida Stadium.

Lelitekisi litholakale lipakile njengoba amaphoyisa exwayiswe ngalo amalunga omphakathi.

Lendebe ibingeyokukhangisa umncintiswano weTelkom Knockout.

Isambane News 80009218_509818719618363_7203685806467186688_n Itholakele indebe yeTelkom Knockout ebintshontshiwe eThekwini  |  Isambane News  Isambane
Indebe yeTelkom Knockout ebintshontshiwe eThekwini namhlanje

Udaba luyaqhubeka.

Izithombe: Zithunyelwe

Related posts

Leave a Comment