Imvula inamandla ehambisana nomoya onamandla ihlasele ezinxenyeni zeningizimu ye KwaZulu-Natal ,ikakhulukazi ezindaweni ezigudla uGu.
Ezindaweni ezisogwini KwaZulu-Natal kuyimanje zibhekene nesichotho esinamandla kanti kwezinye izindawo sesiqalile ukuba nezikhukhula.
Angu 80% amathuba emvula ehambisana nomoya ezinxenyeni eziseningizimu nezise Mpumalanga yeaifundazwe.
Kuzoba nomoya onamandla ozodonsa kuze kube ntambama.