izinga labesifazane ebebeqokiwe kukhetho lohulumeni basekhaya olwedlule lehlile uma kuqhathaniswa neminye iminyaka

Isambane News 14479806_352799125058768_8018790057379905006_n-300x169 izinga labesifazane ebebeqokiwe kukhetho lohulumeni basekhaya olwedlule lehlile uma kuqhathaniswa neminye iminyaka  Isambane

Kucwaningo oluvezwe ikhomishane yezokulingana ngokobulili iveze ukuthi izinga labesifazane ebebeqokiwe kukhetho lohulumeni basekhaya olwedlule lehlile uma kuqhathaniswa neminye iminyaka eyedlule
Lokhu ikhomishane ikuveze namhlanje njengalokhu ibihekisisa komaspala abayisishiyagalombili abakhulu ukuthi ingabe inani labesifazane abaphethe lingakanani.
Ikhomishana ithi ikholelwa ukuthi ukwehla kwezinga lokuphatha kwabesifazane kwenziwe ukuthi iqembu le ANC lilahlekelwe omaspala abakhulu abaningi kukhetho lohulumeni basekhaya lwakamuva

Related posts

Leave a Comment