Kuboshwe uMeya waseNewcastle kulandela izinsolo zokubulala

Isambane News 55611069_2564474990246812_7216882278167740416_n-228x300 Kuboshwe uMeya waseNewcastle kulandela izinsolo zokubulala  Isambane

eNewcastle – UMeya wedolobha laseNewcastle uDKT Nthuthuko Mahlaba uboshwe namhlanje kulandela izinsolo zokuthi ubulale uWandile Ngobeni owayeyilungu lophiko lwentsha leqembu elibusayo i-ANC Youth League.

UMahlaba uphinde wathinteka nakwizinsolo zokuzama ukubulala loyo ongumholi wophiko lwentsha lwe-ANC eMajuba, uMafika Mndebele,esehlakalweni esenzeka ngonyaka ka2017.

UMahlaba uboshwa nje ubesanda kugcotshwa ngokusemthethweni njengeMeya yaseNewcastle emasontweni amabili adlule.

Isambane News 55611069_2564474990246812_7216882278167740416_n Kuboshwe uMeya waseNewcastle kulandela izinsolo zokubulala  Isambane
Kubonakale iVido ebigeleza ezinkundleni zokuxhumana lapho kubonakale uMahlaba ethathwa amaphoyisa ophiko loklebe (Hawks),ngaphandle kwama ofisi oMasipala waseNewcastle.

Related posts

Leave a Comment