Kulimale abasebenzi bakwa Prasa ngenkathi bebhikishela imali yeholo

Isambane News 14641900_354421584896522_5198368672692321339_n-300x169 Kulimale abasebenzi bakwa Prasa ngenkathi bebhikishela imali yeholo  Isambane

Balinganiselwa kwabayisithupha onogada abanenkontileka nenkampani yakwa prasa abaliamlile ngenkathi bebebhikishela imali yabo yeholo kulenyanga.
Labasebenzi bathi bajwayele ukuholelwa mhla zimbili izinsuku njanlo ngenyanga kulenyanga bavele batshelwa ukuthi bazohola mhla zizine izinsuku.
Kuze kube imanje bebengakaholi base benquma ukuthi baye kwabanye ozakwabo beyobatshela ukuthi okungcono akume ngqi ukusebenza.
Kuthe uma bekhulumisana nomqashi wabo wavele wavuka inja ebomvu wakhipha isibhamu wadubula ebhekise kubona .
Kuthe kusenjalo nabezokuvikela enkamoanini yakwa Prasa bavulela ngenhlamvu yenjoloba kwalimala abantu cishe abayisithupha.
Labasebenzi bakhala ngokuthi njengalokhu beqashile emzini yabantu komele bakhokhe imali yentela nezingane kumele zigibele uma ziya esikoleni.
Labasebenzi abangeneme naba bezbalisa ngosizi lwabo

Related posts

Leave a Comment