Kulindeleke izinkulungwane kowe-Vodacom Durban July (VDJ)

Isambane News logo-new-211x300 Kulindeleke izinkulungwane kowe-Vodacom Durban July (VDJ)  Isambane

Udaba ngu: Siyabonga Mthethwa

Kulindeleke izinkulungwane zabantu emcimbini womjaho wamahhashi waminyaka yonke obizwa nge-Vodacom Durban July (VDJ),ezoba ngo ngoJulayi 6,kusasa.

Isambane News 60448345_10157268030331350_4772422845902880768_n Kulindeleke izinkulungwane kowe-Vodacom Durban July (VDJ)  Isambane

Okunye okubhekwe ngamehlo abomvu kulomcimbi imfashini okulindeleke ukuba idlise kakhulu kosaziwayo abahlukahlukene kuleli.

Isambane News 65755895_10157401512436350_2354544180253949952_n Kulindeleke izinkulungwane kowe-Vodacom Durban July (VDJ)  Isambane

Amathikithi okubuka lomjaho wamahhashi angu-R220 kanti adayiswa emahhovisi akwa-Gold Circle eGreyville.

Ukuthola imininingwane ephelele ngalomjaho kanye nokwazi ngenani lamathikithi ,ungavashela iwebsite ye-Vodacom Durban July (VDJ) ethi-www.vodacomdurbanjuly.co.za

Izithombe zicashunwe ku: https://www.facebook.com/VodacomDurbanJuly/

Related posts

Leave a Comment