KUMHAMBELE KAHLE UBONGUMUSA MTHEMBU KWI-COMBRATES MARATHON

Isambane News 34800542_1821832237905066_5227030170518421504_n-300x300 KUMHAMBELE KAHLE UBONGUMUSA MTHEMBU KWI-COMBRATES MARATHON  Isambane

uBongumusa Mthembu (34) uqophe umlando ngokunqoba isicoco se Comrades Marathon namhlanje.

Lomjaho usuke ekuseni ngo 05:30 eMgungundlovu ulibangise eThekwini,eMoses Mabhida Stadium Isambane News 34800542_1821832237905066_5227030170518421504_n-1 KUMHAMBELE KAHLE UBONGUMUSA MTHEMBU KWI-COMBRATES MARATHON  Isambanekanti ubungamamitha angu-900.

Umthembu wanqoba umjaho ngonyaka odlule ngenkathi kusukwa eThekwini kuyiwa eMgungundlovu, nokube umlando ngokuthi anqobe isicoco kabili kulandelana.

UMthembu ogijima ngaphansi kwe-Arthur Ford uhlabane ngoR440 000 ngokunqoba iComrades Marathon.

Umjalo walonyaka ubungenelwe abantu abangaphezu kuka 19 000.

Related posts

Leave a Comment