KUTHOLAKALE USANA LULAHLIWE ENEWCASTLE

Isambane News 55485150_2437603942968676_8977567291818377216_n-300x55 KUTHOLAKALE USANA LULAHLIWE ENEWCASTLE  Isambane

Usana olusanda kuzalwa lutholakale lusongwe ngethawula, lwalahlwa emgqonyeni kadoti ngezithuba zehora lesikhombisa ekuseni namhlanje,kusho amaphoyisa aseNewcastle.

Ngokusho kozibonele lesisehlakalo, amaphoyisa abizwe kuMurchison Street, edolobheni eNewcastle, ngemuva kokuthi kutholakale usana lulahliwe.

Amaphoyisa afice ingane esanda kuzalwa isongwe ngethawula isishonile.

Amaphoyisa asaphenya ngalesi sehlakalo.

Related posts

Leave a Comment