Kuvalwe imigwaqo kuqhubeka umbhikisho eNewcastle | Isambane News

Isambane News WhatsApp-Image-2019-09-02-at-10.05.29-300x270 Kuvalwe imigwaqo kuqhubeka umbhikisho eNewcastle |  Isambane News  Isambane

Kuvalwe imigwaqo eminingi ezingxenyeni zedolobha iNewcastle kwathikamezeka ukuhamba kwezimoto namhlanje ekuseni ngenxa yombhikisho wezidingo zomphakathi.

Lombhikisho uqale ekuseni ngezithuba zabo – 03:00, umphakathi uvale izindlela ezingenela edolobheni laseNewcastle neziphakathi nedolobha, kwashiswa amathayi kwavalwa nangamatshe emgwaqeni.

Abahlali bathi badiniwe uMasipala waseNewcastle ongalethi izidingo zawo ngendlela efanelekile njengoba bekhokhiswa ngokweqile ugesi,ukuvalwa kwamanzi kanye nokunye.

Umphakathi ububambe umhlangano izolo e-Trim Park,eNewcastle njengoba bekhala ngokuthi uMasipala waseNewcastle uyabagegebula kuma-rates kanye nokunye.

Isambane News 69344223_949730722032269_8535398922636492800_n Kuvalwe imigwaqo kuqhubeka umbhikisho eNewcastle |  Isambane News  Isambane

Phakathi kwezinto umphakathi okhala ngazo yilezi:

PROPOSED AGENDA:

  • 1. High municipal rates
  • 2. Municipal tariffs per unit (electricity) and Eskom tariffs per unit
  • 3. Property valuation
  • 4. Reconnection fee (electricity)
  • 5. Payment of R2000 for electricity connection (Deposit)
  • 6. Confusing statements
  • 7. Hidden device in meters
  • 8. Meter readers/ Parking meters
  • 9. Municipality under administration
  • 10. Water cuts in Madadeni
  • 11. Geyser control (ripple relay for switching OFF geysers during peak times)
  • 12. Way forward/ Recommendations

Abahlali babe sebelibhekisa kuMasipala waseNewcastle ukuyozwakalisa ukukhathazeka kwabo.

Isambane News WhatsApp-Image-2019-09-02-at-10.43.48-1024x578 Kuvalwe imigwaqo kuqhubeka umbhikisho eNewcastle |  Isambane News  Isambane
Isambane News WhatsApp-Image-2019-09-02-at-09.06.37 Kuvalwe imigwaqo kuqhubeka umbhikisho eNewcastle |  Isambane News  Isambane
Isambane News WhatsApp-Image-2019-09-02-at-07.02.44-1-576x1024 Kuvalwe imigwaqo kuqhubeka umbhikisho eNewcastle |  Isambane News  Isambane
Isambane News WhatsApp-Image-2019-09-02-at-08.30.25-1024x768 Kuvalwe imigwaqo kuqhubeka umbhikisho eNewcastle |  Isambane News  Isambane

Udaba luyaqhubeka.

Izithombe: zithunyelwe

Related posts

Leave a Comment