Kuxwayiswa umphakathi ngabantu abazenza abasebenzi bakwa City Power bahamba bengena umuzi nomuzi bethi bazohlola ukusebenza kwama metre kanti inhloso yabo ukuzoqola .
Ngokwembiko yabakwa city power kuthiwa labalisa babbonakele nasezinkundleni zokuxhumana lapho khona begqoke imifaniswano yabo .
Abakwa City power kulindeleke ukuthi bakhiphe isitatimende esiggcwele ngaloludaba ekuxwayiseni umphakathi ukuthi abasebenzi babo kulindeleke ukuthi babukeke kanjani