“Kuzophela nge ANC uma ingalungisi izinkinga zayo” – Maharaj

Isambane News MacMaharaj-1-300x273 "Kuzophela nge ANC uma ingalungisi izinkinga zayo"  - Maharaj  Isambane

Oke waba umkhulumeli nomeluleki ka Mongameli u Jacob Zuma u Mac Maharaj uthi lufikiselana ngamahloni uqhekeko olubonakala phakathi ku ANC nakumadlelandawonye ayo.

U-Maharaj obesenesikhathi agcina ukubonakala ekhuluma emphakathini,usho lokhu ngesikhathi ethula isifundo ngo Oliver Rambo eThekwini izolo.

U-Maharaj uthi uma i-ANC ingalungisi iyinkinga ezikhona ngaphakathi kweqembu kusekhona isikhathi kuzophela ngayo.

Related posts

Leave a Comment