Leliviki selibekelwe eceleni lelisonto njengesonto lokwisana nenkohlakalo kulelidolobha.

Isambane News 15032296_1830354567182792_6038848421953558964_n-300x202 Leliviki selibekelwe eceleni lelisonto njengesonto lokwisana nenkohlakalo kulelidolobha.  Isambane

Lokhu kumenyezelwe usodolobha waseGoli uHerman Mashaba ngenkathi ekhuluma kwi panel lapho bekudingidwa khona udaba lwenkohlakalo ekubungazweni lelisonto.
Okhulumela usofolobha uGabu Tugwana uthi kuzofundiswa umphakathi ngokubikwa kwenkohlakalo.
Idolobha laseGoli selithathe igxathu lokuthi kuthuthukiswe lomkhankaso.
uThugwana uthi usodolobha uqoke uShadrack Sibiya njengalokhu wake wasebenzela uphiko lwama hawks kanye nofezela phecelezi ama scorpions ngaphambili.
Ukuqokwa kuka Shadrack kulandela umlando wakhe nokuyilapho wakwazi ukubopha abantu abaningi kumacala anzima

Related posts

Leave a Comment