LETHULWE NGOKUSEMTHETHWENI IJEZI ELISHA LEZIMNYAMA | ISAMBANE NEWS

Isambane News 67745408_10156195938362097_4577398156337086464_n-300x208 LETHULWE NGOKUSEMTHETHWENI IJEZI ELISHA LEZIMNYAMA | ISAMBANE NEWS  Isambane

Udaba ngu: Njabulo Shezi

Iqembu laseSoweto nelithathwa njengelinye lamaqembu amakhulu i-Orlando Pirates izolo lethule ngokusemthethweni ijezi lalo elizogadla ngalo ngesizini entsha ka 2019/20 ezosombuluka mhlaka 03 August.

i-Pirates izobe ihlobe ngalo lelijezi ngoMgqibelo mhlaka 27 uma isibhekene phezulu neKaizer Chiefs eyizimbangi zayo emqhudelwaneni we-Carling Black Label Cup.

Leli jezi le-Orlando Pirates lisuselwe kwele Pirates yango 1995/96 eyanqoba iCAF Champions League neCAF Super Cup.

Izithombe: https://www.facebook.com/OrlandoPirates/

Isambane News 67745408_10156195938362097_4577398156337086464_n-1 LETHULWE NGOKUSEMTHETHWENI IJEZI ELISHA LEZIMNYAMA | ISAMBANE NEWS  Isambane
Isambane News 67367145_10156195912922097_4407210296276418560_n LETHULWE NGOKUSEMTHETHWENI IJEZI ELISHA LEZIMNYAMA | ISAMBANE NEWS  Isambane
Isambane News 67142896_10156195902957097_377785654068641792_n LETHULWE NGOKUSEMTHETHWENI IJEZI ELISHA LEZIMNYAMA | ISAMBANE NEWS  Isambane

Related posts

Leave a Comment