Omunye wobuholi babafundi enyuvesi yaseWits uShaeera Kalla usedutshulwe kabi amaphoyisa amahlandla ayisishiyagalolunye ngezinhlamvu zenjoloba.

Isambane News 14731137_1818345505050365_8472279582649907978_n-300x213 Omunye wobuholi babafundi enyuvesi yaseWits uShaeera Kalla usedutshulwe kabi amaphoyisa amahlandla ayisishiyagalolunye ngezinhlamvu zenjoloba.  Isambane

Ukudutshulwa kwakhe kuqinisekiswe okhulumela inyuvesi uShirona Patel uthi okwamanje uKalla usephuthunyiswe esibhedlela ukuze eyothola ukunakwa.

Uzokhumbula mlale ukuthi uShaeera Kalla washo wathi inyuvesi isemizameni yokuqeda umbhikisho we feesmustfall ngenkathi kuboshwa omunye wesishoshovu se feesmustfall uMcebo Dlamini

Related posts

Leave a Comment