OWE NIGERIA UYAKHOLELWA KWI BAFANA BAFANA

Isambane News 99001266_874131392-300x169 OWE NIGERIA UYAKHOLELWA KWI BAFANA BAFANA  Isambane

Udaba ngu: Njabulo Shezi

Umqeqeshi weNigeria uGernot Rher ukholelwa ukuthi iBafana Bafana yiyo eyizimfivilithi kumqhudelwano oqhubekayo we-AFCON.

uGernot ukhuluma kanjena nje ezakhe zizotholana phezulu neBafana emdlalweni ozoba namhlanje kusihlwa, Kanti lomqhudelwano ubukeka uyangokushuba njengoba usukwisigaba somkhumula jezi.

iBafana Bafana yona iqhubekele phambili emveni kokuqumba phansi osokhaya ngo 1-0 ngegoli lika Thembinkosi Lorch ogijima kweziMnyama, kanti iNigeria yona yaqumba phansi Cameroon ngo 3-2.

Isthombe: BCC

Related posts

Leave a Comment