Umengameli wase Ningizimu Afrika ,uMnuz Cyril Ramaphosa uthi konke sekume ngomumo njengoba kulindeleke ukuba kusasa kusihlwa athule inkulumo yakhe ebhekiswe esizweni i-State Of the Nation Address #SONA2019.
Inkulumo kamengameli uRamaphosa kulindeleke ukuthi ithinte kakhulu udaba lomhlaba, ezemfundo,ezemfundo,ezenhlalakahle, ezomnotho, ezemisebenzi ,ikakhulukazi amathuba emisebenzi kubantu abasha kanye nokunye.