Sekuphelile ngomshado kaNhlanhla no TK Nciza

Isambane News a8eba88d3c534993a8bc6cc6614ff044-300x293 Sekuphelile ngomshado kaNhlanhla no TK Nciza  Isambane

Udaba ngu: Siyabonga Mthethwa

Kuphelile ngomshado wosaziwayo bakuleli abese beshade iminyaka ewu-15.

uNhlanhla Nciza,ongumculi weqembu leMafikizolo usekuqinisekisile ukuthi sekuphelile ngomshado wakhe noThembinkosi “TK” Nciza ongusomabhizinisi kuleli,owaduma ngenkampani yokuqopha umculo kuli i-TS Records ayebambisene kuyo noSbusiso “Dj Sbu” Leope.

Ukuphela komshado wabo kumenyezelwe uNhlanhla Nciza ekhasini lakhe laku-Instagram ukuthi sekuphelile phakathi kwakhe noTK Nciza.

Related posts

Leave a Comment