Selokhu senyuke njalo isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News

Isambane News covid-19-1-300x159 Selokhu senyuke njalo isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News  Isambane

Siphinde senyuka isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona Virus (COVID-19) kuleli.

Lesibalo senyuke safinyelela ku 34 357 ngabantu abangu 1 674 uma kuqhathaniswa nesibalo sangokwedlule.

Lezi zibalo ziqinisekiswe uNgqongoqshe weZempilo kuleli uDkt Zweli Mkhize izolo.

Isifundazwe saseWestern Cape yisona esihamba phambili ngabantu abahaqwe yigciwane leCovid-19 ngabangu 22 567,ilandelwe iGauteng ngabangu 4 231.

Inani labantu asebedlule emhlabeni ngaso lesisifo simi ku-705 kuleli.

Related posts

Leave a Comment