Senyukele ku 3158 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News

Isambane News covid-19-1-300x159 Senyukele ku 3158 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News  Isambane

Udaba ngu: Samukelisiwe Hadebe

Ungqongqoshe wezeMpilo kuzwelonke uDkt Zweli Mkhize useqinisekise ukuthi sebengu 3,158 abantu asebene gciwane le Coronavirus kuleli.

Lesibalo sinyuke ngo 124 kanti sebengu 54 asebeshonile. Asebehlolele leligciwane sebengu 114 711

Related posts

Leave a Comment