Sesingaphezu kuka 500 000 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News

Isambane News covid-19-1-300x159 Sesingaphezu kuka 500 000 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News  Isambane

Siphinde senyuka isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona Virus (COVID-19) kuleli.

Isambane News covid-19-1 Sesingaphezu kuka 500 000 isibalo sabantu abahaqwe yigciwane leCorona kuleli | Isambane News  Isambane

Lesibalo senyuke safinyelela ku 511 485 ngabantu abangu 8 195 uma kuqhathaniswa nesibalo sangokwedlule.

Lezi zibalo ziqinisekiswe uNgqongoqshe weZempilo kuleli uDkt Zweli Mkhize namuhla.

Isifundazwe saseGauteng yisona esihamba phambili ngabantu abahaqwe yigciwane leCovid-19 ngabangu 87 033.

Inani labantu asebedlule emhlabeni ngaso lesisifo simi ku-8 366 kuleli,kanti abantu abasindile bangu 347 227.

Related posts

Leave a Comment