Sezivaliwe izikhungo zokuvota ezweni lonke eNingizimu Afrika

Isambane News images Sezivaliwe izikhungo zokuvota ezweni lonke eNingizimu Afrika  Isambane

Udaba ngu: Samukelisiwe Hadebe


Izikhungo zokuvota kuleli zivalwe ngehora lesishiyagalolunye kusihlwa kanti balinganiselwa ku 26,8 million abantu ababhalisele ukuvota.

Ukuvota kuqale ngo-07:00 ezikhungweni ezingu-
22 925 ezikulona lonke leli.

Imiphumela kulindeleke ukuba ikhishwe ngolwesine,kanti iqembu elizodla umhlanganiso lizo dalulwa ngoMgqibelo.

Iqembu elizothola izihlalo eziningi ePhalamende lizoqoka ozoba nguMengameli ozobe esebekwa esihlalweni ngomhlaka 25 May 2019.

Related posts

Leave a Comment