#SONA2019: KONKE SEKUMI NGOMUMO EPHALAMENDE NGOKWETHULWA KWENKULUMO EBHEKISWE ESIZWENI

Isambane News 64923633_10156792676126725_2315287861340930048_n-300x200 #SONA2019: KONKE SEKUMI NGOMUMO EPHALAMENDE NGOKWETHULWA KWENKULUMO EBHEKISWE ESIZWENI  Isambane

Udaba ngu: Siyabonga Mthethwa

Amehlo ezakhamuzi zaseNingizimu Afrika azobe ethe njo komabonakude njengoba uMengameli wezwe uMnu Cyril Ramaphosa kulindeleke ukuba athulele isizwe inkulumo yakhe i-State of the Nation Address (SONA) ePhalamende eKapa namhlanje ngehora lesikhombisa (19:00) kusihlwa.

Isambane News 64719592_10155912640286222_5210019239578042368_n #SONA2019: KONKE SEKUMI NGOMUMO EPHALAMENDE NGOKWETHULWA KWENKULUMO EBHEKISWE ESIZWENI  Isambane

Le nkulumo izosakazwa bukhoma kumsakazo Isambane News Radio etholakala ku: isambanenewsonline.listen2myshow.com kanye nakuzo zonke iziteshi zemisakazo yeSABC, nakumabonakude, Parliament TV (DStv Channel 408), ku Yotube website: www.parliament.gov.za nakwi Parliament’s YouTube Channel.

Izithombe zicashunwe ku Facebook: Parliament of South Africa

Related posts

Leave a Comment