I Sundowns isiphinde yadedela omunye umdlali

Isambane News is I Sundowns isiphinde yadedela omunye umdlali  Isambane

IMamelodi Sundowns isiphinde yadedelwa omunye umdlali, uLuyolo Nomandela, ngemuva kokuba idedele uLindokuhle Mbatha

Izolo kubikwe ukuthi iDowns isiyidabulile inkontileka kaMbatha obengalitholi ijezi ngaphansi kukaPitso Mosimane.

Ngokwemininingwane evela eChloorkop, uNomandela uhlangane nabaphathi beDowns ngoLwesibili ntambama emahhovisi aseChloorkop, nokuyilapho kuvunyelwane khona ngokuthi idatshulwe inkontileka.

“Udaba lukaNomandela seluphothuliwe manje. Ubelapha ehhovisi ukuzodingida ngodaba lokukhokhelwa kwakhe,” kusho isikhulu kwiDowns.

AmaBrazilian kulindeleke ahlangane noSibusiso Khumalo, naye ongekho sezinhlelweni zeqembu kule sizini.

Related posts

Leave a Comment