U Malema kulindeleke ukuba avele enkantolo yase madadeni ngenyanga ezayo

Isambane News 14516314_352066205132060_1046510516940930303_n-300x199 U Malema kulindeleke ukuba avele enkantolo yase madadeni ngenyanga ezayo  Isambane

Umholi we EFF u Julious Malema kulindeleke ukuba avele enkantolo yase Madadeni ngomhlaka 07 November 2016,ngenkulumo ayenza mayelana nokuthathwa kwemihlaba enganabantu lapho aye khuluma khona nge Freedom Charter ngenkathi kune Rally ye EFF eyayibanjelwe eMajuba Stadium eMadadeni ngaphambi kokhetho lohulumeni bezindawo.
uMalema usolwa ngokugqugquzela abantu ukuthi bathathe imihlaba njengalokhu inkulumo ayenza nge Rally yaholela abantu ekutheni bagcine sebezithathela umhlaba okungewona owabo ngaphandle kwemvume njengalokhu iqulu labantu selingene emhlabeni okungowe Ngonyama Trust eMadadeni ngase Majuba Stadium ngaphandle kwemvum

Related posts

Leave a Comment