U Reggie ‘Mapensela’ Ndlovu usejoyine iSupersport | Isambane News

Isambane News 55779024_2216080418438084_2986669087398035456_n-246x300 U Reggie 'Mapensela' Ndlovu usejoyine iSupersport  |  Isambane News  Isambane

Udaba ngu: Siyabonga Mthethwa

Isihlabani somsakazi webhola ngolimi lwesiZulu kumabonakude uReggie ‘Mapensela’ Ndlovu usejoyine i-Supersport, esuka kwa-SABC.

UNdlovu uzakhele udumo kubathandi bebhola kuleli ngendlela asakaza ngayo imidlalo yebhola.Uchaza kakhulu ababukeli uma esethi “Izodlal’ iTV” kanye nangamanye amagama awasebezisayo uma ethula imidlalo yebhola.

Ngokwesitatimende esikhishwe uNdlovu ezinkundleni zokuxhumana ebonga uthe ” I would like to take this opportunity and thank everyone who supported my work as commentator under SABC SPORT, it’s been 4 full seasons and I will forever be grateful to SABC for giving me a platform to showcase my talent, unfortunately my journey as a commentator under SABC SPORT has come to an end. Once again THANKS TO EVERYONE ????????????????❤️ “.

Isambane News 69400420_2466102710102519_2169877667610886144_n U Reggie 'Mapensela' Ndlovu usejoyine iSupersport  |  Isambane News  Isambane
uReggie ‘Mapensela’ Ndlovu osejoyine i-Supersport
Isithombe sicashunwe ku: https://www.facebook.com/mapensela11?

Iningi labathandi bakamapensela bathi bazozama ukufaka ama-DSTV ukuze bekwazi ukumlalela uma esakaza ibhola.

UNdlovu uzoqala ukuzwakala ethula ibhola okokuqala kusasa ku-Supersport

Related posts

Leave a Comment