U Siyabonga Shibe uyojoyina uZalo

Isambane News 12373252_1683467895272652_1244633785524491990_n-300x300 U Siyabonga Shibe uyojoyina uZalo  Isambane

Umlingisi waseThekwini uSiyabonga Shibe owayedlala kwi Gaz’lam kubikwa ukuthi uzojoyina umdlalo wakumabonakude otshengiswa kuSABC 1, uZ alo .

Lo mlingisi, owayedlala indawo kaSifiso kwiGaz’lam
phakathi konyaka wango-2001 no-2005, uzodlala indawo yephoyisa elingomfowabo kaNkunzi (uMasoka Msiza).

Oprojusa bethula lo mlingisi kwabenzindaba ngenyanga edlule.

Lo mlingisi utshele iphephandaba iSun Buzz ukuthi indawo azoyidlala ithanda ukuba nzinyana wathi kodwa uyakujabulela ukuthi uzobe esebenzisana nekhono elisha kanye nezinkakha zokulingisa.

Kumanje uNkunzi kulo mdlalo ufike kwezwakala njengoba eqhuba ubugebengu obungumshoshaphansi.

Related posts

Leave a Comment