Khethiwe Mazibuko – UMCULI wokholo kuleli
uDokotela Rebecca Malope ubuye ngezinkani.
Bheka ngoba uke wabonakala eyijaji embonisweni
kamabonakude obungena kuMzansi Magic( Idols SA) , uphinde wabamba
ngazozombili ithuba alithole emsakazweni iTouch HD
lapho ebamba uhlelo olubizwa “The Healing Zone”.
Khonanjalo usekhiphe izingoma ezintathu”Adonai, Lord you are good, kanye nethi I am somewhere”.
Udokotela Rebecca Malope wazakhela udumo ngeAlbum yakhe ethi iyahamba lengqola kanye namanye.