UCele unxusa imiphakathi ukuthi isebenzisane namaphoyisa

Isambane News 32602569_2079689422249304_7046209975860854784_n-300x187 UCele unxusa imiphakathi ukuthi isebenzisane namaphoyisa  Isambane

Ungqongqoshe wamaphoyisa eNingizimu Afrika uMnuz Bheki Cele usenxuse imiphakathi kuleli ukuthi isebenzisane namaphoyisa ekulwisaneni nobugebengu obubhekiswe kwabesifazane nezingane.

UCele uthe kulonyaka ufuna ukubhekana ngqo nalesisihlava sokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane.

UCele ukhuthaze namaphoyisa ukuthi asukume abhekane nezehlakalo zokusetshenziswa kwezidakamizwa ezinganeni nakwabemsifazane

Related posts

Leave a Comment