Ugile izimanga okaMaskandi ngakubo izolo

Isambane News 46507655_592970527806535_1986757892950196224_n-300x300 Ugile izimanga okaMaskandi ngakubo izolo  Isambane

Udaba: Ntobeko Makhaye

Kumangale abaningi isihlabani somculi kaMaskandi uQhoshangokwenzakwakhe Sbisi ngenkathi enze idili lomcimbi omkhulukazi eMlalazi,eShowe wokuthokozisa abantu bangakubo.

Isambane News 57703292_2019878831473818_5005815109684035584_n Ugile izimanga okaMaskandi ngakubo izolo  Isambane

UQhosha uhloniphe ogogo abebehambele lendumezulu yomcimbi wakhe,wabambesa ngo “Blanket” wabanika nama “Morning Shoes” (Sleepers), wabe esekhangisa izingoma zakhe ezintsha ezikwi-CD yakhe isihloko sayo sithi MY STORY.

Lomcimbi kaQhosha ubuhanjelwe amanye amaciko amaningi ngibala neVRO.

Umphakathi uthokozile kakhulu ngalokhu okwenziwe umfoka-Mahlase.

Uqhosha uthi uzimisele kakhulu ukungawukhohlwa umphakathi wangakubo.

Isambane News 51168228_1906160829512286_3920603300642160640_n Ugile izimanga okaMaskandi ngakubo izolo  Isambane
Isambane News 50930203_1904011766393859_824264396594216960_n Ugile izimanga okaMaskandi ngakubo izolo  Isambane

Related posts

Leave a Comment