Ukuhlolwa komatikuletsheni kuqale ngesonto eledlule kulaba ebebhala izifundo ze IT kanye ne computer.

Isambane News matricexamskidsinclass-300x190 Ukuhlolwa komatikuletsheni kuqale ngesonto eledlule kulaba ebebhala izifundo ze IT kanye ne computer.  Isambane

Umnyango wezemfundo eyisisekelo usunxuse abafundi bakamatikuletsheni ukuthi bagxile luzizivivinyo zabo kunokuthi bezikhathaze ngokuthi ingabe bazokwazi yini ukufinyelela kwimfundo ephakeme ngonyaka ozayo.
Lokhu kushiwo njengalokhu kunemibhikisho eqhubekayo yemfundo yamahhala ezikhungweni eziphakeme zezemfundo.
Ukuhlolwa komatikuletsheni kuqale ngesonto eledlule kulaba ebebbhala izifundo ze IT kanye ne computer.
Izivivinyo zokuphela konyaka komatikuletsheni ziyaqhubeka nanamhlanje kodwa ngoLwesithathu kulindeleke ukuthi abafundi bakamatikuletsheni abangaphezu kuka 800 000 baqale ukubhala ulimi lwesingisi.
Okhulumela umnyango wezemfundo eyisisekelo uElijah Mhlanga uthi abafund iabakamatikuletsheleni bangazikhathazi ngesimo esiqhubekayo njengamanje kwezemfundo ephakeme.
Uthi komele baqinisekise ukuthi bathola imiphumela emihle ukuze bezofinyelela kwimfundo ephakeme uthi akhona namanye amanyuvesi azimele abafundi abangafaka nakhona izicel

Related posts

Leave a Comment